Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Amakhosi omhlaba azilungisile, nababusi benza icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe, bathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe ngokuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngogcotshiweyo kaSimakade, bathi:

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 2:2
27 Referans Kwoze  

Abapristi abakhulu namalunga nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu ukuze bambulale;


Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu ukuba bambulale;


Uthanda ukulunga, uzonda ububi; ngalokho uNkulunkulu, uNkulunkulu wakho, ukugcobile ngamafutha enjabulo ngaphezu kwabangane bakho.


Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


Yena wafumana kuqala umfowabo uSimoni, wathi kuye: “Simfumene uMesiya” okungukuthi ngokuhunyushwa uKristu.


Ungakhohlwa izwi lezitha zakho: ukuxokozela kwabakuvukelayo kuyanda njalo.


Ngokuba bheka, amakhosi ayendawonye, adlula kanyekanye.


Hlakaniphani manje, nina makhosi, nilaywe nina bahluleli bomhlaba.


Ngokuba lowo uNkulunkulu amthumileyo ukhuluma amazwi kaNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu akamniki uMoya ngesilinganiso.


Ngifumene inceku yami uDavide; Ngamgcoba ngamafutha ami angcwele.


Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.


Kusasa niyakubona inkazimulo kaJehova; ngoba uyezwa ukukhonona kwenu ngoJehova. Thina siyini ukuthi nikhonone ngathi?


Ukuthandile ukulunga, wazonda ububi; ngalokho uNkulunkulu, yebo, uNkulunkulu wakho, ukugcobile ngamafutha enjabulo ngaphezu kwabangane bakho.


Ongizondayo uzonda noBaba.


Ngalolo suku kwafika abaFarisi abathile, bathi kuye: “Phuma, umuke lapha, ngokuba uHerode ufuna ukukubulala.


Khona uHerode, ebona ukuthi uklolodelwe yizazi, wathukuthela kakhulu; isikhathi ayebuzisise ngaso kwabahlakaniphileyo.


UMoya kaJehova uphezu kwami; ngokuba uJehova ungigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabathotshisiweyo; Wangithuma ukubopha abanhliziyo ezaphukileyo, ukumemezela ukukhululwa kwabathunjwa nokuvulelwa itilongo;


INkosi ngakwesokunene sakho iyakwehlula amakhosi ngosuku lwentukuthelo yayo.


Wawa phansi, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na?


Khona babuthana abapristi abakhulu, nababhali, namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase;


Bakubona, ngakho bamangala; baphatheke kabi basuka ngokushesha.


amadokodo akwa-Edomi nama-Ishmayeli; kwaMowabi nabakwaHagarene;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite