Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izinhlungu zokufa zangizungeza, nezikhukhula zababi zangethusa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Izintambo zokufa zangizungelezela, izikhukhula zokona zangethusa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Izintambo zokufa zangizungeza, izikhukhula zembubhiso zangikhungatha.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:4
18 Referans Kwoze  

Izinhlungu zokufa zangizungeza, nezinhlungu zaseHayidese zangibamba; Ngathola ukucindezeleka nokudabuka.


Kepha thina ngokwethu sasinesigwebo sokufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo;


Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.


Amanzi asibekela, umsinga wedlula umphefumulo wethu.


Ngokuba izinja zingihaqile, isixuku sababi singihaqile; babhoboza izandla zami nezinyawo zami.


Umuzi wonke wanyakaza, abantu bagijima kanyekanye, bambamba uPawulu, bamdonsela ngaphandle kwethempeli, kwavalwa masinyane iminyango.


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumele ukungibamba niphethe izinkemba nezinduku njengokuya kumphangi na? Bengihlezi kini insuku zonke ethempelini ngifundisa, aningibambanga.


Bazakwesaba; omaye nezinsizi ziyakubafica; bayakuba sezinhlungwini njengobelethayo; bayamangala omunye nomunye; ubuso babo buyakuba njengamalangabi.


Ngemva kokubonisana nabantu, wabeka abahlabeleli enkazimulweni kaJehova ukuze badumise inkazimulo engcwele lapho bephuma phambi kwebutho, futhi bathi: “Dumisani uJehova! ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Lapho sebeqala ukuhlabelela nokudumisa, uJehova wabeka abaqamekeli babantwana bakwa-Amoni, nabakwaMowabi, nasezintabeni zaseSeyiri ababefikele uJuda; bashaywa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite