Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Wena wanginika isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene sangibamba, lomusa wakho wangikhulisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singisekele, nobumnene bakho bungikhulisile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Wena unginike isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singiphasile, ubukhona bakho bungenze ngaba mkhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:35
12 Referans Kwoze  

Wanginika isihlangu sensindiso yakho, nobumnene bakho bungikhulisile.


UJehova ungamandla ami nesihlangu sami; inhliziyo yami yathembela kuye, futhi ngasizwa; ngalokho inhliziyo yami ithokoza kakhulu; ngizamdumisa ngengoma yami.


Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani;


Uyakwalusa umhlambi wakhe njengomalusi; iyobutha amawundlu ngengalo yayo, iwathwale esifubeni sayo, izihole ngobumnene ezizinyanelayo.


Ubusisiwe wena Israyeli, onjengawe, bantu abahlengiwe nguJehova, isihlangu sosizo lwakho, oyinkemba yobukhosi bakho. Izitha zenu ziyakuba ngamanga kini; futhi kumelwe unyathele ezindaweni zazo eziphakeme.


Bonisa umusa wakho omangalisayo, wena okhulula abathembela kuwe ngesandla sakho sokunene kulabo ababavukelayo.


Zonke izinduna zakho zabaleka kanyekanye, zaboshwa ngabacibishelayo; bonke abafunyanwa kuwe baboshwe kanyekanye, ababalekele kude.


Ngoba wena Jehova ubusisa olungileyo; ngokujabula uyomhaqa njengesihlangu.


Ihubo likaDavide. Makabongwe uJehova, mandla ami, ofundisa izandla zami ukulwa neminwe yami ukulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite