Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngokuba ngawe ngadabula iqembu lezigelekeqe; ngoNkulunkulu wami ngeqa udonga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ngokuba ngawe ngingahlasela impi; ngoNkulunkulu wami ngingeqa ugange.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Ngokuba ngawe ngingahlasela impi, ngoNkulunkulu wami, ngingeqa ugange.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:29
16 Referans Kwoze  

Ngoba ngawe ngadabula iqembu lezigelekeqe, ngoNkulunkulu wami ngeqa umduli.


Onqobayo ngiyakumnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi, njengalokho nami nganqoba, ngahlala noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.


Esephucile imibuso namandla, wabukisa ngabo obala, ebanqoba ngawo.


Kepha ngomusa kaNkulunkulu ngiyikho engiyikho, nomusa wakhe kimi awubanga yize; kodwa ngisebenze kakhulu kakhulu kunabo bonke;


Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni eyingozi.


Ihubo likaDavide. Makabongwe uJehova, mandla ami, ofundisa izandla zami ukulwa neminwe yami ukulwa.


UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.


Ngalokho uDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngihambe ngiwabulale lawa maFilisti na? UJehova wathi kuDavide: “Hamba, uwabulale amaFilisti, usindise iKehila.”


UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngixoshe leliviyo na? ngiyakubafica, wathi kuye: “Xosha, ngokuba uyakuwafica nokuwafica, ubuyise konke ngaphandle kokulibala.


UDavide wafaka isandla sakhe ekhukhwini lakhe, wakhipha itshe khona, walijikijela, wamshaya umFilisti ebunzini, itshe lashona ebunzini lakhe; wawa ngobuso emhlabathini.


lapho isibane sakhe sikhanyisa ekhanda lami, nalapho ngidabula ebumnyameni ngokukhanya kwakhe;


Ihubo likaDavide. UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani? uJehova ungamandla okuphila kwami; ngizosaba bani?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite