Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angimukanga kuNkulunkulu wami ngokushinga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngihlala ngihamba ezinyathelweni zikaSimakade, angikuvumeli ukuziphatha kwababi, kungehlukanise noNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:21
13 Referans Kwoze  

Angichezuki ezahlulelweni zakho, ngokuba ungifundisile.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Nakulokhu ngiyazivivinya ukuba ngihlale nginonembeza ongenacala kuNkulunkulu nakubantu.


Ngizweni, bantwana, ngokuba babusisiwe abagcina izindlela zami.


Ihubo likaDavide. Ngahlulele, Jehova; ngokuba ngihambile ekulungeni kwami; nami ngathembela kuJehova; ngakho-ke angiyikushelela.


Nina ningofakazi, noNkulunkulu naye, ukuthi saba ngcwele kanjani, nangokulunga, nokungasoleki phakathi kwenu nina enikholwayo;


Ngokuqondene nemisebenzi yabantu, ngezwi lezindebe zakho ngizigcinile ezindleleni zomchithi.


UJosiya wasusa zonke izinengiso emazweni onke angawabantwana bakwa-Israyeli, wenza ukuba bonke ababekhona kwa-Israyeli bakhonze uJehova uNkulunkulu wabo. Futhi zonke izinsuku zakhe abazange baphambuke ekulandeleni uJehova, uNkulunkulu wawoyise.


Ngiyazisola ngokuthi ngibeke uSawule njengenkosi, ngokuba wachezuka kimi, akagcinanga imiyalo yami. Lokhu kwamphatha kabi uSamuweli; wakhuleka kuJehova ubusuku bonke.


Wahamba ngendlela kayise u-Asa, akaphambukanga kuyo ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova.


Ububi bababi mabuphele; kodwa uqinise abalungileyo, ngokuba uNkulunkulu olungileyo uhlola izinhliziyo nezinso.


Khona-ke inkosi yajabula kakhulu ngaye, yayala ukuba bamkhiphe uDaniyeli emgodini. UDaniyeli wakhishwa emgodini, akwafunyanwa ububi kuye, ngokuba wayekholwa kuNkulunkulu wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite