Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokukhazimula okwakuphambi kwakhe, amafu akhe amakhulu adlula, isichotho namalahle omlilo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ekukhazimuleni okuphambi kwakhe amafu akhe abanga phambili, isichotho namalahle avuthayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Wendulelwa ngumbani, amafu akhe ehlisa isichotho namalahle avuthayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:12
11 Referans Kwoze  

Kwathi besabaleka phambi kuka-Israyeli besendleleni eya eBeti Horoni, uJehova waphonsa phezu kwabo amatshe amakhulu avela ezulwini kwaze kwaba se-Azeka, bafa; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngenkemba.


Kwase kwehlela phezu kwabantu isichotho esikhulu sivela ezulwini, ilitshe ngalinye isisindo salo liyitalenta; abantu bahlambalaza uNkulunkulu ngenxa yenhlupho yesichotho; ngoba isifo sawo sasisikhulu kakhulu.


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


Waseguqulwa isimo phambi kwabo, ubuso bakhe bakhazimula njengelanga, nezingubo zakhe zaba mhlophe njengokukhanya.


Okusibekela ngokukhanya njengengubo, oweneka izulu njengendwangu;


INkosi yasisithi kuMozisi: Khangela, ngiza kuwe ngiseyezini elinzima, ukuze abantu bezwe, lapho ngikhuluma kuwe, bakholwe kuwe kuze kube nininini. UMose wakhuluma amazwi abantu kuJehova.


Ngembathisa amazulu ngobumnyama, ngiwenzele ingubo yokulila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite