Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 17:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngikhala kuwe, ngokuba uyakungilalela, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, ulalele izwi lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngikhala kuwe, ngokuba uyangizwa, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, uzwe izwi lami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngiyakukhala kuwe, ngokuba uyongiphendula, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, uzwe engikukhulumayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 17:6
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ebeke indlebe yakhe kimi, ngiyakukhuleka kuye zonke izinsuku zami.


Ngosuku lokuhlupheka kwami ngizakhala kuwe, ngoba uzangiphendula.


Umkhuleko wami mawuze phambi kwakho; beka indlebe yakho ekukhaleni kwami;


Mina-ke, ngizabiza uNkulunkulu; uJehova uyakungikhulula.


Khothama, Jehova, ulalele; vula amehlo akho, Jehova, ubuke, uzwe onke amazwi kaSaneheribi awathumele ukuhlambalaza uNkulunkulu ophilayo.


Sikhulule manje, Jehova Nkulunkulu wethu, esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi wena wedwa unguJehova.


Yesabani, ningoni; khulumani nenhliziyo yenu embhedeni wenu, nithule. Sela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite