Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Phakamisa umbani ubahlakaze; dubula imicibisholo yakho, ubabhubhise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Imibani mayinyazime, ubahlakaze; thuma imicibisholo yakho, ubaphithizise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Imibani mayinyazime, ubahlakaze, thumela imicibisholo yakho, ubaphithizise.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:6
10 Referans Kwoze  

Ngizabuthela ububi phezu kwabo; ngiyakuchithela imicibisholo yami phezu kwabo.


Ngiyakudakisa imicibisholo yami ngegazi, inkemba yami idle inyama; futhi lokhu ngegazi lababuleweyo kanye neziboshwa, kusukela ekuqaleni kokuphindisela esitheni.


Imicibisholo yakho ibukhali enhliziyweni yezitha zenkosi; abantu abawela ngakho phansi kwakho.


Ngakho kumelwe ubafulathele, lapho ulungisa imicibisholo yakho ezintanjeni zakho ngokumelene nobuso babo.


Kwase kubonakala imifula yamanzi, nezisekelo zomhlaba zambulwa ngokusola kwakho, Jehova, ngokufutha komoya wekhala lakho.


Bazayekela olwabo ulimi luwele phezu kwabo; bonke abababonayo bazabaleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite