Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 143:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba isitha sizingele umphefumulo wami; Washaya ukuphila kwami phansi; Wangihlalisa ebumnyameni njengabafa kudala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba isitha siyazingela umphefumulo wami, sicindezela phansi emhlabathini ukuphila kwami; singihlalisile ebumnyameni njengabakade bafa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Isitha sizingela umphefumulo wami, impilo yami siyigandaya emhlabathini, singenze ngahlala ebumnyameni njengalabo abafa kudala.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 143:3
14 Referans Kwoze  

Ungibeke ezindaweni ezimnyama njengabafa kudala.


Lalela ukukhala kwami; ngokuba ngithotshisiwe kakhulu; ngikhulule kwabangizingelayo; ngoba banamandla kunami.


Labo abafuna umphefumulo wami mabejabhe, babe namahloni;


Isitha masixoshe umphefumulo wami, siwuthathe; yebo, makanyathele ukuphila kwami emhlabeni, abeke udumo lwami othulini. Sela.


UJowabe wayesethi endodeni emtshelayo: “Bheka, umbonile; awumshayanga ngani phansi lapho na? bengiyakukunika amashekeli ayishumi esiliva nebhande.


U-Abineri wabuye wathi ku-Asaheli: “Suka ekungisukeleni; kungani kufanele ngikushaye phansi? ngingabumisa kanjani ubuso bami kuJowabe umfowenu na?


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, lawa mathambo ayindlu yonke yakwa-Israyeli; bheka, bathi: “Amathambo ethu omile, nethemba lethu liphelile; siqothulwe izingxenye zethu.


Ngokuba abezizwe bangivukele, nabacindezeli bafuna umphefumulo wami; kababekanga uNkulunkulu phambi kwabo. Sela.


Vuka, Jehova, ngentukuthelo yakho, uziphakamise ngenxa yentukuthelo yezitha zami, uvuke ngenxa yami ngenxa yokwahlulela okuyale ngakho.


Ungathokozi ngami, sitha sami; uma ngiwa, ngiyakuvuka; uma ngihlezi ebumnyameni, uJehova uyakuba ngukukhanya kimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite