Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 140:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ikhanda labangihaqileyo makubemboze ububi bezindebe zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Maqondana nesihlungu sabangizungezayo mabambozwe ngububi bomlomo wabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Abangibunganyele mabasibekelwe ngububi bomlomo wabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 140:9
11 Referans Kwoze  

Ububi bakhe buyakubuyela phezu kwekhanda lakhe, nobudlova bakhe buyokwehlela okhakhayini lwakhe.


Umlomo wesiwula uyincithakalo yaso, nezindebe zaso ziwugibe lomphefumulo waso.


Omubi ubanjwa ngesiphambeko sezindebe zakhe, kepha olungileyo uyaphuma ekuhluphekeni.


Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha ubudlova busibekela umlomo wababi.


Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa ubudlova busibekela umlomo wababi.


Futhi uyoletha ububi babo phezu kwabo futhi ababhubhise ngobubi babo; yebo, uJehova uNkulunkulu wethu uyakubabhubhisa.


Bazayekela olwabo ulimi luwele phezu kwabo; bonke abababonayo bazabaleka.


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Base bephendula abantu bonke, bathi: Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.


Umkakhe uSereshi labo bonke abangane bakhe bathi kuye: “Mawuphakanyiswe ugodo oluyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nikhulume enkosini kusasa ukuba uMoridekayi alengiswe kuso; bese ungena ngokuthokoza kanye nenkosi esidlweni. Lendaba yaba mnandi kuHamani; futhi wenza ugodo.


Akukhona yini ukuthi ngesaba ulaka lwesitha, ukuthi izitha zabo zazingayikwenza isimangaliso, nokuthi zathi: ‘Isandla sethu siphakeme, futhi uJehova akenzanga konke lokhu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite