Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 140:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Abazidlayo bangifihlele ugibe nezintambo; beneka inetha endleleni; bangifakela igin. Sela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Abazidlayo bangithukusele ugibe, ngezintambo bendlala inetha, eceleni kwendlela, bangibekela izihibe. Sela

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 140:5
21 Referans Kwoze  

Lapho umoya wami udangala phakathi kwami, wena wayazi indlela yami. Endleleni engangihamba ngayo bangibekela ugibe ngasese.


Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.


Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha iviyo phezu kwabo ngokuzuma; ngoba bemba umgodi wokungibamba, bafihlela inyawo zami imijibila.


Ingabe ububi buyobuyiselwa ngokuhle? ngoba bembele umphefumulo wami umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kwakho ukubakhulumela kahle, ngisuse ulaka lwakho kubo.


Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Ababi bangibekele ugibe, kepha angidukanga emiyalweni yakho.


Abazidlayo bangimbele imigodi ephambene nomthetho wakho.


Abazidlayo bangiqambele amanga, kepha mina ngiyakugcina imiyalo yakho ngayo yonke inhliziyo yami.


Unyawo oluzidlayo malungangifikeli, isandla somubi singangisusi.


Ngikhiphe enetheni abangibekele lona ngasese, ngokuba wena ungamandla ami.


Isidakwa siyakumbamba ngesithende, futhi umphangi uzomnqoba.


Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


Ungalindi ikhaya labalungileyo, wena mubi; indawo yakhe yokuphumula ayichithwanga;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite