Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 140:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 elimele ububi enhliziyweni yabo; njalo babuthelwa impi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Baceba okubi enhliziyweni yabo; izinsuku zonke baviva impi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Baceba okubi emiqondweni yabo, njalo baphehla udweshu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 140:2
16 Referans Kwoze  

Bayabuthana, bacashe, baqaphele izinyathelo zami, belindele umphefumulo wami.


Uceba okubi embhedeni wakhe; uzimisa endleleni engeyinhle; akakuzondi okubi.


Kuphume kuwe oceba okubi ngoJehova, umeluleki omubi.


Ngokuba balungisa izinhliziyo zabo njengeziko bebhekile; umbhaki wabo ulala ubusuku bonke; ekuseni liyavutha njengomlilo ovuthayo.


Inkohliso isenhliziyweni yabaceba okubi, kepha kubaluleki bokuthula kukhona intokozo.


Mina ngingowokuthula, kepha lapho ngikhuluma, bona babe ngezokulwa.


Koze kube nini niceba okubi ngomuntu? niyakubulawa nonke; njengodonga olugobayo nanjengothango oludilikayo.


Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


Ngokuba baceba okubi ngawe, baceba icebo elibi abangenakulenza.


Ngokuba bheka, baqapha umphefumulo wami; hhayi ngenxa yesiphambeko sami noma ngenxa yesono sami, Jehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite