Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lapho ngikhuphukela ezulwini, ulapho; lapho ngendlala umbhede wami esihogweni, bheka, Ukhona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uma ngikhuphukela ezulwini, wena ulapho; uma ngendlala icansi lami endaweni yabafileyo, nangu wena.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Uma ngikhuphukela ezulwini, Wena ulapho; uma ngendlala icansi lami endaweni yabafileyo, nangu Wena.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:8
8 Referans Kwoze  

wathi: “Ngakhala kuJehova ngenxa yokuhlupheka kwami, yangizwa; ngisemathunjini abafileyo ngakhala, wezwa izwi lami.


Noma uziphakamisa njengokhozi, noma ubeka isidleke sakho phakathi kwezinkanyezi, ngiyakukwehlisa khona, usho uJehova.


Indawo yabafileyo nencithakalo kuphambi kukaJehova; kakhulu kangakanani kunezinhliziyo zabantwana babantu?


Indawo yabafileyo inqunu phambi kwakhe, nokubhujiswa akunasimbozo.


Ukhona yini ongamfihla ezindaweni zokucasha ukuze ngingamboni? kusho uJehova. Angigcwalise izulu nomhlaba na? kusho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite