Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngiyakuyaphi ngisuka emoyeni wakho na? noma ngingabalekelaphi ebusweni bakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngiyakuyaphi, ngisuke emoyeni wakho, na? Ngiyakubalekelaphi, ngimuke ebusweni bakho, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngiyakuya kuphi, ngisuke eMoyeni wakho na? Ngiyakubalekelaphi, ngisuke phambi kwakho na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:7
5 Referans Kwoze  

Kepha uJona wasuka ukuba abalekele eTharishishi ebusweni bukaJehova, wehlela eJopha; wathola umkhumbi owawuya eTharishishi, wakhokha imali yokugibela, wangena kuwo, ukuze ahambe nawo, aye eTharishishi, asuke ebusweni bukaJehova.


Khona-ke amadoda esaba kakhulu athi kuye: “Ukwenzeleni lokhu? Ngokuba amadoda azi ukuthi ubalekile ebusweni bukaJehova, ngokuba wayeshilo kuwo.


UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle.


Futhi nithi: UNkulunkulu ukwazi kanjani lokhu na? angahlulela phakathi kwefu elimnyama na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite