Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Impahla yami yayingafihlekile kuwe, lapho ngenziwa ekusithekeni, ngenziwa ngokumangalisayo ezindaweni eziphansi kakhulu zomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Amathambo ami ayengafihlekile kuwe, lapho ngenziwa ekusithekeni, ngibunjwa ezindaweni ezijulileyo zomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Amathambo ami ayengafihlekile kuwe lapho ngenziwa ekusithekeni, ngibunjwa ezindaweni ezijulileyo zomhlaba.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:15
7 Referans Kwoze  

Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.


Ngokuba uzithathile izinso zami, wangembesa esiswini sikamame.


Kodwa labo abafuna umphefumulo wami ukuwubhubhisa bayongena ezindaweni eziphansi zomhlaba.


(Manje lokhu ukuthi wenyuka, kuyini, ngaphandle kokuthi wehlela ezindaweni eziphansi zomhlaba na?


Futhi wonke amazibulo ezweni laseGibhithe ayofa, kusukela ezibulo likaFaro ohlezi esihlalweni sakhe sobukhosi kuze kube izibulo lencekukazi engasemuva lokuchola; nawo onke amazibulo ezilwane.


Ngingakakubumbi esizalweni, ngakwazi; ungakaphumi esizalweni, ngakungcwelisa, ngakubeka umprofethi ezizweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite