Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 136:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kuyena oweneka umhlaba phezu kwamanzi, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 owendlala umhlaba phezu kwamanzi, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 owendlale umhlaba phezu kwamanzi, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 136:6
11 Referans Kwoze  

Ngokuba walisekela phezu kolwandle, walimisa phezu kwemifudlana.


Wenza umhlaba ngamandla akhe, walimisa izwe ngokuhlakanipha kwakhe, waleneka izulu ngecebo lakhe.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo.” kwaba njalo.


Usho kanje uJehova, uMhlengi wakho, owakubumba kwasesiswini sikanina: NginguJehova owenza konke; owelula isibhakabhaka yedwa; okuyiyona yodwa eyandisa umhlaba;


Usho kanje uNkulunkulu uJehova, owadala, oweneka izulu; owendlala umhlaba nokuphuma kuwo; onika abantu abakulo ukuphefumula, nabahamba kulo umoya;


Welula inyakatho phezu kwendawo engenalutho, walengisa umhlaba phezu kweze.


Isiprofetho sezwi likaJehova ku-Israyeli, usho uJehova, oweneka izulu, obeka izisekelo zomhlaba, abumbe kuye umoya womuntu.


Nguye ohlezi esiyingelezini somhlaba, nabakhileyo kuwo banjengesikhonyane; oweneka izulu njengesihenqo, waleneka njengetende lokuhlala;


Ingabe weneka naye umkhathi, oqinile futhi njengengilazi yokubuka?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite