Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 136:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kuyena owenza izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 owenzile izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 owenze izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 136:5
11 Referans Kwoze  

Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba.


O Jehova, yeka ukuthi miningi kangakanani imisebenzi yakho! zonke wazenza ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele ingcebo yakho.


Wenza umhlaba ngamandla akhe, walimisa izwe ngokuhlakanipha kwakhe, weneka izulu ngokuqonda kwakhe.


Ngezwi likaJehova izulu lenziwa; nalo lonke ibandla lawo ngomoya womlomo wakhe.


Wenza umhlaba ngamandla akhe, walimisa izwe ngokuhlakanipha kwakhe, waleneka izulu ngecebo lakhe.


UNkulunkulu wenza umkhathi futhi wahlukanisa amanzi angaphansi komkhathi namanzi angaphezu komkhathi.


UNkulunkulu wabiza umkhathi, futhi kwaba kusihlwa, futhi kusasa, usuku lwesibili.


Umuntu uyini ukuthi umkhumbule? nendodana yomuntu ukuthi uyivakashele na?


UJehova owadala izulu nomhlaba makakubusise eseZiyoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite