Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 135:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wenza inkungu ikhuphuke emikhawulweni yomhlaba; wenzela imvula imibani; ukhipha umoya engcebeni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, wenza imibani kube yimvula; ukhipha umoya ezingotsheni zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, enze imibani ibe yimvula, akhiphe umoya ezinqabeni zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 135:7
15 Referans Kwoze  

Lapho ezwakalisa izwi lakhe, kukhona inqwaba yamanzi ezulwini, futhi ubangela ukuba inkungu ikhuphuke emikhawulweni yomhlaba; wenza umbani nemvula, akhiphe umoya engcebweni yakhe.


Celani imvula kuJehova ngesikhathi semvula yokucina; kanjalo uJehova uyakwenza amafu akhazimulayo, abanike izihlambi zemvula kubo bonke utshani basendle.


Lapho ezwakalisa izwi lakhe, kukhona amanzi amaningi esibhakabhakeni; wakhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba;


Umoya uphephetha lapho othanda khona, uyawuzwa umsindo wawo, kepha awukwazi lapho uvela khona nalapho uya khona; unjalo wonke ozelwe nguMoya.


Umlilo nesichotho; iqhwa nomhwamuko; isivunguvungu esigcwalisa izwi lakhe:


Kodwa uJehova wathumela umoya omkhulu elwandle, kwavela isiphepho esikhulu elwandle, umkhumbi waze waphuka.


Ukhona yini phakathi kwezithixo eziyize zabezizwe onganisa imvula na? noma izulu linganisa imvula na? Akuwena, Jehova Nkulunkulu wethu? ngalokho siyakulindela wena, ngokuba nguwena owenza zonke lezi zinto.


Ngoba uyalaya futhi aphakamise isivunguvungu esivusa amagagasi awo.


onisa imvula emhlabeni, athumele amanzi endle.


Kwathi emva kwezinsuku eziningi izwi likaJehova lafika ku-Eliya ngomnyaka wesithathu, lathi: “Hamba uzibonakalise ku-Ahabi; ngiyakunisa imvula emhlabeni.


Waphephula umoya wasempumalanga esibhakabhakeni, ngamandla akhe waletha umoya waseningizimu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite