Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 134:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJehova owadala izulu nomhlaba makakubusise eseZiyoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJehova makakubusise eseSiyoni, yena owenzile izulu nomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 USimakade makakubusise eseZiyoni, Yena owenze izulu nomhlaba.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 134:3
13 Referans Kwoze  

INkosi izakubusisa iseZiyoni, njalo uzakubona okuhle kweJerusalema zonke izinsuku zokuhamba kwakho.


Usizo lwethu lusegameni likaJehova owenzile izulu nomhlaba.


Ngokunjalo wonke uIsrayeli uyakusindiswa, njengokulotshiweyo ukuthi: Kuzavela eSiyoni uMkhululi, asuse ukungahloniphi uNkulunkulu kuJakobe;


Makabongwe uJehova eZiyoni, yena ohlala eJerusalema. Dumisani uJehova.


Uyakuthuma usizo oluvela endlini engcwele, akuqinise kwaseSiyoni;


Intonga yamandla akho uJehova iyakuyelula iseSiyoni; ubuse phakathi kwezitha zakho.


O, ukube ukusindiswa kuka-Israyeli bekuvela eSiyoni! lapho uJehova ebuyisela isabelo sabantu bakhe, uJakobe uyakuthokoza, no-Israyeli ajabule.


Bheka, uBhowazi wafika evela eBetlehema, wathi kubavuni: “UJehova makabe nani. Zathi kuye: “UJehova makakubusise;


Khumbula yonke iminikelo yakho, wamukele umnikelo wakho wokushiswa; Sela.


Nibusisiwe nguJehova owenza izulu nomhlaba.


Kuyena owenza izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Isiprofetho sezwi likaJehova ku-Israyeli, usho uJehova, oweneka izulu, obeka izisekelo zomhlaba, abumbe kuye umoya womuntu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite