Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 132:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Izitha zakhe ngiyakuzimboza ngehlazo, kepha kuye umqhele wakhe uyakugobhoza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Izitha zalo ngiyakuzembesa ihlazo, kepha kuyena uqobo umqhele wakhe uyakukhazimula.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Izitha zalo ngiyozithela ngehlazo, kepha kuye, umqhele wakhe uyokhazimula.”

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 132:18
14 Referans Kwoze  

Mabame benamahloni, bajabhe kanyekanye abathokoza ngeshwa lami; mabembeswe ihlazo nehlazo abangikhulisa ngalo.


Abakuzondayo bayokwembathiswa ihlazo; futhi indawo yokuhlala yababi iyochithwa.


Ingelosi yesikhombisa yayisibetha; kwase kuba khona amazwi amakhulu ezulwini, athi: Imibuso yalelizwe isibe imibuso yeNkosi yethu, lekaKristu wayo; futhi iyakubusa kuze kube phakade naphakade.


UJesu wasondela wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni.


Abamelene nami mabembeswe amahloni, bazimboze ngesiyaluyalu sabo njengesembatho.


Abaningi kwabalele othulini lomhlaba bayakuvuka, abanye bavukele ukuphila okuphakade, abanye ehlazweni nasekudelweni okuphakade.


Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;


Makube kuye njengesambatho esimbathayo, nanjengebhande azibhince ngalo lonke.


Umuntu uyakudunyiswa ngokokuhlakanipha kwakhe, kepha onenhliziyo embi uyadelelwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite