Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 128:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umkakho uyakuba njengomvini othelayo phakathi kwendlu yakho: abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo bezungeza itafula lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umkakho uyakuba njengomnqumo othelayo phakathi kwendlu yakho, abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo, bezungeza itafula lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Umkakho uyakuba njengomvini othelayo emzini wakho, abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo, bahlale bazungeze itafula lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 128:3
11 Referans Kwoze  

Unyoko unjengomvini egazini lakho, otshalwe ngasemanzini; wathela, ugcwele amahlumela ngenxa yamanzi amaningi.


Kepha mina nginjengomnqumo oluhlaza endlini kaNkulunkulu; ngiyethemba umusa kaNkulunkulu kuze kube phakade naphakade.


Ngokuba uma wena wanqunywa emnqumweni wasendle ngokwemvelo, waxhunyelelwa esihlahleni somnqumo omuhle ngokuphambene nemvelo, kakhulu kangakanani labo abangabemvelo bayakuxhunyelelwa esihlahleni sabo somnqumo na?


UJosefa uyigatsha elithelayo, isihlahla sesithelo ngasemthonjeni; amagatsha awo awela odongeni;


UJehova waqamba igama lakho ngokuthi: Umnqumo oluhlaza, omuhle nesithelo esihle; ngomsindo wesiyaluyalu esikhulu waphemba umlilo phezu kwawo, kwaphulwa amagatsha awo.


Ukuze amadodana ethu abe njengezitshalo ezikhule ebusheni bazo; ukuze amadodakazi ethu abe njengamatshe amagumbi, acwebezeliswe abe njengomfanekiso wesigodlo.


Uyajabula umuntu onomgodla wakhe ogcwele kubo; abayikuma benamahloni, kepha bayokhuluma nezitha esangweni.


Amadodana ka-Ulamu ayengamaqhawe anamandla, abacibishelayo, enamadodana amaningi namadodana amaningi, ikhulu namashumi ayisihlanu. Bonke bavela kubantwana bakwaBhenjamini.


Bheka, abantwana bayifa likaJehova, nesithelo sesisu sikanina singumvuzo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite