Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 124:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Umphefumulo wethu uphunyukile njengenyoni ogibeni lwabacuphi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Umphefumulo wethu uphunyukile njengenyoni ogibeni lwabacuphi; ugibe lwaphukile, thina saphunyuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Umphefumulo wethu uphunyuke njengenyoni ogibeni lwabacuphi; ugibe lwaphukile, thina saphunyuka.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 124:7
13 Referans Kwoze  

Impela uyakukusindisa ogibeni lomcuphi nasobhadaneni olubhubhisayo.


Zisindise njengenyamazane esandleni somzingeli nanjengenyoni esandleni somcuphi.


nokuba balulame ogibeni lukaSathane, ababanjwe nguye ngentando yakhe.


Amehlo ami akuJehova njalo; ngoba yena uyakukhipha izinyawo zami enetheni.


Kodwa umuntu wasukuma ukukuxotsha lokudinga umphefumulo wakho; kepha umphefumulo wenkosi yami uyakuboshelwa emshungwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; nemiphefumulo yezitha zakho iyoyiphonsa kungathi iphakathi kwendwayimana.


Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha iviyo phezu kwabo ngokuzuma; ngoba bemba umgodi wokungibamba, bafihlela inyawo zami imijibila.


Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi; bacupha ugibe, babambe abantu.


Ngiyakumfikela ediniwe, ebuthakathaka isandla, ngimethuse; bonke abantu abanaye bayakubaleka; futhi ngizoyinqoba inkosi kuphela.


Ngakho uSawule wabuya ekumsukeleni uDavide, waya ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSelama-Hlekoti.


UJehova ulungile, uziphulile izintambo zababi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite