Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 121:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kayikuvuma unyawo lwakho lukhubeke; yena okugadileyo akozeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Akayikuvuma ukuba unyawo lwakho lushelele; okulondolozayo akayikozela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 121:3
11 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova uyakuba yithemba lakho, agcine unyawo lwakho ekubanjweni.


Khona-ke uyakuhamba endleleni yakho ngokulondeka, unyawo lwakho lungakhubeki.


Uzalinda inyawo zabangcwele bakhe, lababi bazathuliswa ebumnyameni; ngoba ngamandla kakho ozanqoba.


Mina Jehova ngiyakulonda; ngizawunisela umzuzu wonke; ukuze kungabikho muntu owulimazayo, ngizowuqapha ubusuku nemini.


Kumelwe bakuthwale ngezandla zabo, funa uqhuzuke unyawo lwakho etsheni.


IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


Ogcina umphefumulo wethu uphila, ongavumeli izinyawo zethu zikhubeke.


Ugcina izindlela zokulunga, agcine indlela yabangcwele bakhe.


UJehova uyakumlondoloza, amgcine ephila; futhi uyobusiswa emhlabeni, futhi ngeke umnikele entandweni yezitha zakhe.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite