Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:99 - Contemporary Zulu Bible 2024

99 Ngiyaqonda kunabo bonke abafundisi bami, ngokuba izifakazelo zakho ziyikuzindla kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

99 Ngiyaqonda kunabo bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

99 Nginokuqonda okubedlula bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:99
16 Referans Kwoze  

Waphendula, wathi kubo: “Ngokuba niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kepha bona kabakuphiwanga.


Ngalesosikhathi uJesu waphendula wathi: Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu lomhlaba, ngoba ukufihlile lezizinto kwabahlakaniphileyo labaqedisisayo, wazambulela izingane;


Ubufakazi bakho futhi buyintokozo yami nabeluleki bami.


Ngokuba nakuba benifanele ukuba ngabafundisi, kuze kube manje, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zamazwi kaNkulunkulu; seniba njengabadinga ubisi, hhayi okokudla okuqinileyo.


Abapristi abashongo ukuthi: “Uphi uJehova na?” nabaphethe umthetho babengazi Mina;


UHezekiya wakhuluma kamnandi nawo onke amaLevi ayefunde ukwazi okuhle kukaJehova; futhi ngesikhathi somkhosi badla izinsuku eziyisikhombisa banikela imihlatshelo yokubonga bavuma izono kuJehova uNkulunkulu wawoyise.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Ngiyakuzindla ngemiyalo yakho, ngihloniphe izindlela zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite