Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:85 - Contemporary Zulu Bible 2024

85 Abazidlayo bangimbele imigodi ephambene nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

85 Abazidlayo bangimbela imigodi, bona abaphambene nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

85 Abaqhoshayo bangimbela imigodi, labo abaphambene nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:85
8 Referans Kwoze  

Umuntu omubi umba okubi, ezindebeni zakhe kukhona njengomlilo ovuthayo.


Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.


Ingabe ububi buyobuyiselwa ngokuhle? ngoba bembele umphefumulo wami umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kwakho ukubakhulumela kahle, ngisuse ulaka lwakho kubo.


Abazidlayo mabajabhe; ngokuba bangiphathe kabi ngeze, kepha ngiyakuqaphela imiyalo yakho.


Wemba umthombo, wawumba, wawela emgodini ayewenzile.


Unyawo oluzidlayo malungangifikeli, isandla somubi singangisusi.


Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha iviyo phezu kwabo ngokuzuma; ngoba bemba umgodi wokungibamba, bafihlela inyawo zami imijibila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite