Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:81 - Contemporary Zulu Bible 2024

81 CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

81 Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

81 Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:81
15 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami ulangazelela, yebo, ulangazelela amagceke kaJehova; inhliziyo yami nenyama yami kukhalela kuNkulunkulu ophilayo.


Bheka, ngiyayilangazelela imiyalo yakho; ngiphilise ngokulunga kwakho.


Inyama yami nenhliziyo yami kuyaphela, kepha uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, uma ningithola othandekayo, nimtshele ukuthi ngiyafa uthando.


Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; Ngethemba izwi Lakho.


Umusa wakho mawuze phezu kwami, ukuze ngiphile, ngokuba umthetho wakho uyintokozo yami.


Labo abakwesabayo bayojabula lapho bengibona; ngoba ngethemba ilizwi lakho.


Ngakho ngizakwazi ukumphendula ongithukayo, ngoba ngithemba ilizwi lakho.


Umphefumulo wami uphukile ngenxa yokulangazelela njalo izahlulelo zakho.


Mina ngokwami ngizambona, lamehlo ami azambona, kungabi omunye; noma izinso zami ziphelile phakathi kwami.


VAU. Makube phezu kwami umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.


Futhi ungalisusi izwi leqiniso emlonyeni wami; ngoba ngiyethemba izahlulelo zakho.


Ngimlindele uJehova, umphefumulo wami uyalinda, futhi ngiyathemba izwi lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite