Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:75 - Contemporary Zulu Bible 2024

75 Ngiyazi, Jehova, ukuthi izahlulelo zakho zilungile, nokuthi ungicindezele ngokwethembeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

75 Ngiyazi ukuthi izahlulelo zakho zilungile nokuthi wangilaya ngokuthembeka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

75 Ngiyazi Simakade, ukuthi izehlulelo zakho zilungile, nokuthi ngokwethembeka wangijezisa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:75
13 Referans Kwoze  

Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Izwi lakho liqinisile kwasekuqaleni, nezimiso zakho zokulunga zimi phakade.


Ngakho ngibheka yonke imiyalo yakho ngakho konke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Phakathi kobusuku ngiyakuvuka ngikudumise ngenxa yezahlulelo zakho ezilungileyo.


Ngizakudumisa ngobuqotho benhliziyo lapho sengizazi izimiso zakho ezilungileyo.


Zonke izindlela zikaJehova zingumusa nokuthembeka kwabagcina isivumelwano sakhe nobufakazi bakhe.


Ngoba kayikuqamba amanga phezu komuntu; ukuze angene ekwahluleleni noNkulunkulu.


Uyidwala, umsebenzi wakhe uphelele, ngokuba zonke izindlela zakhe ziwukulunga; uNkulunkulu weqiniso ongenabubi, ulungile, ulungile yena.


Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?


Uqinisile, Jehova, lapho ngiphikisana nawe; ake ngikhulume kuwe ngezahlulelo zakho: kungani indlela yababi iphumelela? kungani bejabula bonke abenza ngokukhohlisa na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite