Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:69 - Contemporary Zulu Bible 2024

69 Abazidlayo bangiqambele amanga, kepha mina ngiyakugcina imiyalo yakho ngayo yonke inhliziyo yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

69 Abazidlayo baqamba amanga ngami; ngenhliziyo yonke yami ngiyakugcina iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

69 Abazikhukhumezayo bangiqambela amanga; ngizozigcina ngenhliziyo yami yonke iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:69
15 Referans Kwoze  

Kepha nina ningamanga, ningodokotela abayize nonke;


Baningi abangizingelayo nezitha zami; nokho angichezuki ebufakazini bakho.


Umuntu onhliziyombili kagxilile kuzo zonke izindlela zakhe.


Futhi abanakufakazela lokho abangimangalela ngakho manje.


Ngoba siyitholile indoda le iyisixhwanguxhwangu, ibangela ukuvukela umbuso phakathi kwabaJuda bonke emhlabeni wonke, ingumkhokheli wehlelo lamaNazaretha.


Ngakuncenga ngenhliziyo yami yonke; yiba nomusa kimi ngokwezwi lakho.


Abazidlayo bangiklolodela kakhulu, kepha mina angichezuki emthethweni wakho.


Ngiqondise, ngigcine umthetho wakho; yebo, ngizoyigcina ngenhliziyo yami yonke.


Akakho ongakhonza amakhosi amabili, ngokuba uyakuzonda enye, athande enye; noma ibambelele kwenye, idelele enye. Anikwazi ukukhonza uNkulunkulu noMamona.


Kwavela ofakazi bamanga; bangibekela izinto engingazazi.


Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe futhi abamfunayo ngenhliziyo yabo yonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite