Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:66 - Contemporary Zulu Bible 2024

66 Ngifundise ukwahlulela okuhle nokwazi, ngokuba ngiyakholwa imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

66 Ngifundise ukuqonda okuhle nokwazi, ngokuba ngikholwa yimiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

66 Ngifundise ukwehlulela kahle nokwazi, ngokuba ngiyayikholwa imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:66
15 Referans Kwoze  

Nalokhu ngiyakhuleka ukuba uthando lwenu luvame kakhulu ekwazini nasekuqondeni konke;


Khona-ke unike inceku yakho inhliziyo eqondayo ukwahlulela abantu bakho, ukuze ngahlukanise phakathi kokuhle nokubi; ngoba ngubani ongahlulela lesi sizwe sakho esikhulu?


Waphendula, wathi kubo: “Ngokuba niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kepha bona kabakuphiwanga.


Ngakho ngibheka yonke imiyalo yakho ngakho konke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Ngiqondise, ngigcine umthetho wakho; yebo, ngizoyigcina ngenhliziyo yami yonke.


Ngihamba endleleni yokulunga, phakathi kwemikhondo yokulunga.


Ulimi lwami luyakukhuluma izwi lakho, ngokuba yonke imiyalo yakho ilungile.


Izwi lakho liqinisile kwasekuqaleni, nezimiso zakho zokulunga zimi phakade.


Wonke u-Israyeli wezwa isahlulelo inkosi; besaba inkosi, ngokuba babona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu bekukuyo ukwenza ukwahlulela.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela umsindisi, u-Ehudi indodana kaGera, umBenjamini, umuntu oyinxele; futhi ngaye abantwana bakwa-Israyeli bathumela isipho ku-Egiloni, inkosi yakwaMowabi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite