Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:63 - Contemporary Zulu Bible 2024

63 Ngingumngane wabo bonke abakwesabayo, nowabagcina imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

63 Ngingumngane wabo bonke abakwesabayo, abagcina iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

63 Ngingumngani wabo bonke abakwesabayo, abagcina iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:63
11 Referans Kwoze  

Amehlo ami ayakuba kwabathembekileyo ezweni ukuba bahlale nami; ohamba ngendlela epheleleyo nguyena oyakungikhonza.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Lokho esikubonileyo nesikuzwileyo siyakumemezela kini, ukuze nani nibe nenhlanganyelo nathi;


Abakwesabayo mabaphendukele Kimi nalabo abazi ubufakazi bakho.


Khipha umphefumulo wami etilongweni, ngidumise igama lakho; abalungileyo bayongihaqa; ngoba uzangenzela umusa.


Sukani kimi nina benzi bokubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Kodwa kwabangcwele abasemhlabeni, lakwabakhulu, engithokoza ngakho konke.


Siyazi ukuthi sidlulile ekufeni sangena ekuphileni, ngokuba sithanda abazalwane. Lowo ongamthandiyo umzalwane wakhe uhlezi ekufeni.


Ngenxa yabafowethu nabangane bami manje ngizothi: Ukuthula makube kini!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite