Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:55 - Contemporary Zulu Bible 2024

55 Ngakhumbula igama lakho, Jehova, ebusuku, ngagcina umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

55 Ebusuku ngikhumbula igama lakho, Jehova, ngigcina umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

55 Simakade, ebusuku ngikhumbula igama lakho, ngigcine umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:55
14 Referans Kwoze  

Lapho ngicabanga ngawe embhedeni wami futhi ngicabanga ngawe emilindelweni yasebusuku.


Kepha uJehova uyakuyala umusa wakhe emini, nasebusuku ingoma yakhe ibe nami, nomkhuleko wami kuNkulunkulu wokuphila kwami.


Ngomphefumulo wami ngakufisa ebusuku; yebo, ngomoya wami phakathi kwami ngizokufuna ekuseni, ngokuba lapho izahlulelo zakho zisemhlabeni, abakhileyo emhlabeni bayofunda ukulunga.


Kepha phakathi kobusuku oPawulu noSila bakhuleka, bamdumisa uNkulunkulu ngamahubo, iziboshwa zabezwa.


Lapho ngibala, miningi kunesihlabathi; lapho ngivuka, ngisenawe.


Uma nigcina imiyalo yami, niyakuhlala othandweni lwami; njengalokhu nami ngigcinile imiyalo kaBaba, ngihlezi othandweni lwakhe.


Onemiyalo yami, ayigcine, nguyena ongithandayo; ongithandayo uyakuthandwa nguBaba, nami ngiyakumthanda, ngizibonakalise kuye.


Kwathi ngalezo zinsuku waphuma waya entabeni ukuyokhuleka; wahlala ubusuku bonke ekhuleka kuNkulunkulu.


Ngiqondise, ngigcine umthetho wakho; yebo, ngizoyigcina ngenhliziyo yami yonke.


AMAGILI. Yenza kahle encekwini yakho, ukuze ngiphile, ngigcine izwi lakho.


Ebusuku ngikhumbula ukuhlabelela kwami, ngikhuluma enhliziyweni yami, nomoya wami ukufunisisa.


Ngakho ngiyakuwugcina umthetho wakho kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite