Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Abazidlayo bangiklolodela kakhulu, kepha mina angichezuki emthethweni wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:51
14 Referans Kwoze  

Unyawo lwami lwabambelela ezinyathelweni zakhe, ngagcina indlela yakhe futhi angiphambukanga.


Jehova, ungikhohlisile, ngavuma ukudukiswa; Unamandla kunami, unqobile; Ngihlekisa nsuku zonke, wonke umuntu uyangihlekisa.


Baningi abangizingelayo nezitha zami; nokho angichezuki ebufakazini bakho.


Inhliziyo yethu ayibuyelanga emuva, nezinyathelo zethu aziphendukanga endleleni yakho;


Abantu bema bebukela. Nababusi bamhleka usulu, bathi: “Wasindisa abanye; akazisindise, uma enguKristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.


Akayikuphelelwa amandla, noma aphele amandla, aze akhiphe isahlulelo emhlabeni; neziqhingi ziyolindela umthetho wakhe.


wathi: “Khumbula, Jehova, ukuthi ngihambe kanjani phambi kwakho ngeqiniso nangenhliziyo epheleleyo, ngenza okuhle emehlweni akho. UHezekiya wakhala kamunyu.


Abazidlayo bangiqambele amanga, kepha mina ngiyakugcina imiyalo yakho ngayo yonke inhliziyo yami.


Ngibambelele ebufakazini bakho: Jehova, ungangijabhisi.


Ubakhuzile abazidlayo, abaqalekisiweyo, abaduka emiyalweni yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite