Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Qinisekisa izwi lakho encekwini yakho, eyesaba wena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Yigcwalise encekwini yakho inkulumo yakho eyenza ukuba wesatshwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Yigcwalise encekwini yakho inkulumo yakho eyenza ukuba wesatshwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:38
13 Referans Kwoze  

UJehova uyathokoza kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Ngokuba zonke izithembiso zikaNkulunkulu kuye zinguyebo, futhi kuyena zingu-Amen, kube inkazimulo kaNkulunkulu ngathi.


Kepha umusa kaJehova ukhona kwabamesabayo kusukela phakade kuze kube phakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana;


Njengoyise ehawukela abantwana bakhe, kanjalo uJehova uhawukela abamesabayo.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.


Uzakwenza okufiswa ngabamesabayo; Futhi uyokuzwa ukukhala kwabo futhi abasindise.


ZAIN. Khumbula izwi ongenze ngalithemba encekwini yakho.


Manje, Nkulunkulu ka-Israyeli, maligcwaliseke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho, ubaba uDavide.


Lokhu kuyinduduzo yami ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.


Umusa wakho mawube yinduduzo kimi njengokwezwi lakho encekwini yakho.


Mela indaba yami, ungisindise; ngiphilise ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite