Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngizohamba ngendlela yemiyalo yakho, uma uyenza banzi inhliziyo yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ngiyakugijima ngendlela yemiyalo yakho, ngokuba uyakwandisa inhliziyo yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Ngiyakugijima ngendlela yemiyalo yakho, ngokuba uyakungivumela ukuba ngenze kanjalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:32
17 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wamnika uSolomoni ukuhlakanipha nokuqonda okuningi, nobubanzi benhliziyo, njengesihlabathi esisogwini lolwandle.


Ngakho-ke nathi njengoba sizungezwe ifu elingaka lawofakazi, masilahle konke okusindayo nesono esisithandela kalula, futhi masiwugijime ngokubekezela umncintiswano obekwe phambi kwethu,


Kepha iNkosi inguMoya; kepha lapho uMoya weNkosi ekhona, kukhona inkululeko.


Nina baseKorinte, umlomo wethu uvulekele kini, inhliziyo yethu yenziwe banzi.


Niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.


UMoya kaJehova uphezu kwami; ngokuba uJehova ungigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabathotshisiweyo; Wangithuma ukubopha abanhliziyo ezaphukileyo, ukumemezela ukukhululwa kwabathunjwa nokuvulelwa itilongo;


Ngizahamba ngikhululekile, ngoba ngidinga iziyalezo zakho.


Wavula izinyawo zami phansi kwami, ukuze izinyawo zami zingasheleli.


Ngakho-ke uma iNdodana inikhulula, niyakuba ngabakhululekileyo impela.


njengabakhululekileyo, njalo lingasebenzisi inkululeko yenu njengesigubuzelo sobubi, kodwa njengezinceku zikaNkulunkulu.


Khona uyakubona, ugobhoze kanyekanye, inhliziyo yakho yesabe, yande; ngoba ukuchichima kolwandle kuyakuphendukela kuwe, amandla abezizwe ayakuza kuwe.


Kepha abamethembayo uJehova bathola amandla amasha; bayakukhuphuka ngamaphiko njengezinkozi; bayogijima bangakhathali; futhi bayohamba bangadangali.


Ngidonsa, siyakugijima emva kwakho; inkosi yangingenisa emakamelweni ayo; sizojabula futhi sijabule ngawe, sizocabanga ngothando lwakho ngaphezu kwewayini; abaqotho bayakuthanda.


Wasuka lapho, wemba omunye umthombo; ngakho-ke abaxabananga; wayibiza ngokuthi iRehoboti; wathi: “Ngokuba manje uJehova usesenzele indawo, futhi siyakuzala ezweni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite