Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngiyikhethile indlela yeqiniso, ngibekile izahlulelo zakho phambi kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngikhethile indlela yeqiniso; izahlulelo zakho ngizibekile phambi kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Ngiyikhethile indlela yeqiniso; izehlulelo zakho ngizibeke phambi kwami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:30
16 Referans Kwoze  

Ngokuba bazonda ukwazi, abakhethanga ukumesaba uJehova;


Empa ho hlokeha ntho e le nngwe: mme Maria o ikgethetse kabelo e molemo, eo a ke keng a e amohuwa.


Susa kimi indlela yamanga, ungiphe ngomusa umthetho wakho.


Njengezingane ezisanda kuzalwa langazelelani ubisi lwezwi olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo;


Ngijabule kakhulu ngokuba ngifumene kubantwana bakho behamba eqinisweni, njengalokho samukele umyalo kuBaba.


Ngidle ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kungukuthokoza kwenhliziyo yami.


Ubufakazi bakho futhi buyintokozo yami nabeluleki bami.


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza; noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo ababephesheya komfula, nonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.


Ngokuba nginitshela iqiniso, anikholwa yimi.


Isandla sakho masingisize; ngoba ngikhethile iziyalezo zakho.


Ngacabanga izahlulelo zakho zasendulo, Jehova; futhi ngiziduduze.


Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho:


Ngoba zonke izimiso zakhe zaziphambi kwami, njalo kangisusanga kimi izimiso zakhe.


Ngangiqotho phambi kwakhe, ngazilinda ebubini bami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite