Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:175 - Contemporary Zulu Bible 2024

175 Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; futhi izahlulelo zakho mazingisize.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

175 Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izahlulelo zakho mazingisize.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

175 Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izehlulelo zakho mazingisize.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:175
12 Referans Kwoze  

Khothamani nize kimi; lalelani, umphefumulo wenu uphile; ngiyakwenza nani isivumelwano esiphakade, izihe eziqinile zikaDavide.


Abaphilayo, abaphilayo, nguyena oyakukubonga, njengami namuhla; uyise uyakukwazisa abantwana iqiniso lakho.


Njalo siyazi ukuthi konke kusebenzelana kube ngokuhle kwabamthandayo uNkulunkulu, ababiziweyo ngecebo lakhe.


Kunanzuzoni egazini lami, uma ngehlela emgodini na? Ingabe uthuli luyokudumisa? ingabe izomemezela iqiniso Lakho?


Ngokuba usizi lwethu olulula, olungokomzuzwana, luyasisebenzela isisindo esiyinkazimulo emiyo yonke kakhulukazi;


Ngiyazi, Jehova, ukuthi izahlulelo zakho zilungile, nokuthi ungicindezele ngokwethembeka.


AMAGILI. Yenza kahle encekwini yakho, ukuze ngiphile, ngigcine izwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite