Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:150 - Contemporary Zulu Bible 2024

150 Basondela abalandela okubi; bakude nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

150 Bayasondela abalandela ukonakala; bakude nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

150 Bayasondela abalandela inkohlakalo; bakude nomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:150
14 Referans Kwoze  

Lapho ababi, yebo, izitha zami nezitha zami, befika phezu kwami ukuba badle inyama yami, bakhubeka bawa.


Osusa indlebe yakhe ukuba angawulaleli umthetho, ngisho nomkhuleko wakhe uyisinengiso.


ngoba uyazonda ukulaywa njalo ulahla amazwi ami ngemva kwakho.


Ngokuba izinja zingihaqile, isixuku sababi singihaqile; babhoboza izandla zami nezinyawo zami.


Ngakho bathi kuNkulunkulu: Suka kithi; ngoba kasifuni ukwazi izindlela zakho.


Ngakho-ke thumelani masinyane nitshele uDavide, nithi: ‘Ungalali emathafeni asehlane ngalobubusuku, kepha dabula masinyane; funa inkosi idliwe nabantu bonke abanayo.


UJonathani indodana kaSawule wasuka waya kuDavide ehlathini, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.


Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Ukumesaba uJehova kungukuqala kolwazi, kepha iziwula ziyadelela ukuhlakanipha nokulaywa.


Sonke siyabhonga njengamabhere, silila njengamajuba; silindela ukwahlulelwa, kepha akukho; ekusindisweni, kepha kukude nathi.


Futhi umthetho uhlehlile, nobulungisa bumi kude, ngokuba iqiniso liwile ezitaladini, nokulunga akunakungena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite