Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:136 - Contemporary Zulu Bible 2024

136 Kugeleza imifula yamanzi emehlweni ami, ngokuba abawugcini umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

136 Imifula yamanzi iyehlela emehlweni ami, ngokuba abagcini umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

136 Kugobhoza imifula yamanzi emehlweni ami, ngokuba abawugcini umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:136
11 Referans Kwoze  

O, ikhanda lami ngabe amanzi, namehlo ami abe ngumthombo wezinyembezi, ukuba ngikhale imini nobusuku ngenxa yababuleweyo bendodakazi yabantu bakithi!


UJehova wathi kuye: “Dabula phakathi kwedolobha, phakathi kweJerusalema, ubeke uphawu emabunzini abantu ababubulayo nabakhalayo ngenxa yazo zonke izinengiso ezenziwa phakathi kwawo.”


Ngakho wokhuluma leli zwi kubo; Amehlo ami mawageleze izinyembezi imini nobusuku, angayeki, ngokuba intombi, indodakazi yabantu bami, yephukile ngezinyembezi ezinkulu, ngokushaywa okunzima kakhulu.


Mabasheshe basikhalele, ukuze amehlo ethu ehle izinyembezi, nezinkophe zethu zigeleze amanzi.


Ngabona abenzi bobubi, ngadabuka; ngoba kabaligcinanga ilizwi lakho.


Ingebhe ingibambile ngenxa yababi abashiya umthetho wakho.


Ngiyazisola ngokuthi ngibeke uSawule njengenkosi, ngokuba wachezuka kimi, akagcinanga imiyalo yami. Lokhu kwamphatha kabi uSamuweli; wakhuleka kuJehova ubusuku bonke.


Esesondele wawubona umuzi, wawukhalela;


Kodwa uma ningakuzwa, umphefumulo wami uyokhala ekusithekeni ngenxa yokuzidla kwenu; iso lami liyokhala kamunyu, lehle izinyembezi, ngokuba umhlambi kaJehova uthunjiwe.


U-Ezra esekhulekile nokuvuma izono, wakhala, wakhuleka phambi kwendlu kaNkulunkulu, ibandla elikhulu kakhulu lamadoda, nabesifazane, nabantwana, labuthana kuye kwa-Israyeli; ngoba abantu bakhala kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite