Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:117 - Contemporary Zulu Bible 2024

117 Ngisekele, ngizakusindiswa, ngigcine izimiso zakho njalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

117 Ngisekele, ngize ngisindiswe, ngibheke njalo izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

117 Ngisekele, ngize ngisindiswe, ukuze ngiqikelele ukugcina izimiso zakho njalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:117
13 Referans Kwoze  

Khona angiyikujabha, uma ngigcina yonke imiyalo yakho.


Kuye olamandla okulilinda ekukhubekeni, lokulimisa phambi kwenkazimulo yakhe lingelasici ngentokozo enkulu;


Ngaphakanyiswa ngawe kwasesiswini sikanina; Nguwe owangikhipha esizalweni sikamame; kuwe kuyakuba yindumiso yami njalo.


Nalapho isandla sakho siyakungihola, esokunene sakho singibambe.


Gcina izindlela zami ezindleleni zakho, ukuze izinyathelo zami zingasheleli.


Ungubani wena owahlulela inceku yomunye na? ukuma noma ukuwa enkosini yaso. Yebo, uyakuphakanyiswa, ngokuba uNkulunkulu unamandla okummisa.


Ngokuba mina, Jehova uNkulunkulu wakho, ngiyakubamba isandla sakho sokunene ngithi kuwe: Ungesabi; ngizokusiza.


Ngiyakuphakamisela izandla zami emiyalweni yakho engiyithandayo; ngiyakuzindla ngezimiso zakho.


Kodwa mina nginani njalo; ungibambe ngesandla sokunene.


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


Ngoba zonke izimiso zakhe zaziphambi kwami, njalo kangisusanga kimi izimiso zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite