Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Enhliziyweni yami ngiyalonda izwi lakho, ukuze ngingoni kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Enhliziyweni yami ngiyalilonda izwi lakho, ukuze ngingoni kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:11
13 Referans Kwoze  

Umthetho kaNkulunkulu wakhe usenhliziyweni yakhe; akuyikushelela nesisodwa izinyathelo zakhe.


Izwi likaKristu malihlale kini ngokucebile kukho konke ukuhlakanipha; nifundisana, niyalane ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nihubele ngomusa ezinhliziyweni zenu iNkosi.


Ngiyathanda ukwenza intando yakho, Nkulunkulu wami; yebo, umthetho wakho usenhliziyweni yami.


Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova; futhi uzindla ngomthetho wakhe imini nobusuku.


Yamukela umthetho ophuma emlonyeni wakhe, ugcine amazwi akhe enhliziyweni yakho.


MEM. O, yeka indlela engiwuthanda ngayo umthetho wakho! lokhu kungukuzindla kwami usuku lonke.


Ngilaleleni nina enazi ukulunga, abantu abamthetho wami usezinhliziyweni zabo; Ningakwesabi ukuthukwa kwabantu, ningesabi ukuthuka kwabo.


Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, ufihle imiyalo yami kuwe;


Kodwa uMariya wagcina zonke lezizinto, ezindla ngakho enhliziyweni yakhe.


Futhi gcina inceku yakho ezonweni zokugabadela; mazingabuse phezu kwami; khona-ke ngizoba qotho futhi ngingabi nacala ecaleni elikhulu.


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite