Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:105 - Contemporary Zulu Bible 2024

105 MANJE. Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

105 Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

105 Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:105
7 Referans Kwoze  

Ngokuba umyalo uyisibani; futhi umthetho ungukukhanya; nokusola kokufundisa kuyindlela yokuphila;


Thumela ukukhanya kwakho neqiniso lakho; mabangiqondise; mabangiyise entabeni yakho engcwele nasematendeni akho.


Ngokuba wena uyakukhanyisa isibani sami; uJehova uNkulunkulu wami uyakukhanyisa ubumnyama bami.


Silalo futhi ilizwi lesiprofetho eliqiniseke kakhulu; enikwenza kahle ngokukuqaphela njengokukhanya okukhanya endaweni emnyama, kuze kuse, nekhwezi liphume ezinhliziyweni zenu;


lapho isibane sakhe sikhanyisa ekhanda lami, nalapho ngidabula ebumnyameni ngokukhanya kwakhe;


Kodwa konke okusolwayo kubonakaliswa ngukukhanya, ngoba konke okubonakaliswayo kungukukhanya.


Izimiso zikaJehova zilungile, zijabulisa inhliziyo; umyalo kaJehova uhlanzekile, ukhanyisa amehlo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite