Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:102 - Contemporary Zulu Bible 2024

102 Angichezuki ezahlulelweni zakho, ngokuba ungifundisile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

102 Ezahlulelweni zakho angichezuki, ngokuba wena uyangifundisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

102 Ezehlulelweni zakho, angichezuki, ngokuba Wena uyangifundisa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:102
8 Referans Kwoze  

Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.


Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.


Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.


Ngizweni, bantwana, ningasuki emazwini omlomo wami.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Ngiyakwenza nabo isivumelwano esiphakade, ukuthi angiyikusuka kubo ukuba ngibenzele okuhle; kepha ngiyakufaka ukungesaba ezinhliziyweni zabo, ukuze bangasuki kimi.


Bheka, uNkulunkulu uphakeme ngamandla akhe; ngubani ofundisa njengaye na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite