Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:100 - Contemporary Zulu Bible 2024

100 Ngiyaqonda kunabadala, ngokuba ngiyagcina imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

100 Nginokuqonda kunabadala, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

100 Ngiqonda ukwedlula izingwevu, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:100
11 Referans Kwoze  

Ngubani phakathi kwenu indoda ehlakaniphileyo njalo enolwazi? Makabonise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.


Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova; bonke abenza imiyalo yakhe banengqondo enhle; ukudunyiswa kwakhe kumi kuze kube phakade.


Wathi kumuntu: “Bheka, ukumesaba uJehova kungukuhlakanipha; nokudeda ebubini kungukuqondisisa.


Kwabadala kukhona ukuhlakanipha; nangobude bezinsuku ukuqonda.


Ngakho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala;


U-Elihu wayeselinda waze wakhuluma uJobe, ngokuba babebadala kunaye.


Ngiqondise, ngigcine umthetho wakho; yebo, ngizoyigcina ngenhliziyo yami yonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite