Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngifuna ukukudumisa, ngoba ungizwile futhi waba yinsindiso yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngiyakukudumisa, ngokuba ungizwile, waba yinsindiso yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngiyakukudumisa, ngokuba ungizwile, ube yinsindiso yami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:21
7 Referans Kwoze  

Ngiyamthanda uJehova, ngokuba ulizwile izwi lami nokunxusa kwami.


UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami; unguNkulunkulu wami, ngiyakumlungisela indawo yokuhlala; uNkulunkulu kababa, ngiyakumphakamisa.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngesikhathi sokuthokoza ngakuzwa, nangosuku lwensindiso ngakusiza; amafa alahliwe;


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.


UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite