Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 114:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ekuphumeni kuka-Israyeli eGibithe, indlu kaJakobe kubantu bolunye ulimi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ukuba u-Israyeli aphume eGibithe, indlu kaJakobe kubantu bolunye ulimi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngesikhathi u-Israyeli ephuma eGibhithe, indlu kaJakobe iphuma kubantu ababekhuluma olunye ulimi,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 114:1
10 Referans Kwoze  

Lokhu wakumisa kuJosefa kube ngubufakazi mhla edabula izwe laseGibithe, lapho ngezwa khona ulimi engingaluqondi.


Wayesethi uMose kubantu: “Khumbulani lolu suku ekuphumeni kwenu eGibithe, endlini yobugqila; ngokuba ngesandla esinamandla uJehova unikhiphile kule ndawo; akungadliwa isinkwa esivutshelweyo.


Kodwa babengazi ukuthi uJosefa wayebazwisisa; ngoba wayekhuluma kubo ngomhumushi.


Kuyakuba khona umgwaqo wensali yabantu bakhe abasala e-Asiriya; njengalokho kwaba njalo ku-Israyeli mhla ekhuphuka ephuma ezweni laseGibithe.


Gcina inyanga ka-Abibi, wenze iphasika ekudumiseni uJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba ngenyanga ka-Abibi uJehova uNkulunkulu wakho wakukhipha eGibithe ebusuku.


UJehova wasikhipha eGibithe ngesandla esinamandla nangengalo eyeluliweyo nangokwesabeka okukhulu nangezibonakaliso nezimangaliso.


NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Ngasusa ihlombe lakhe emthwalweni; izandla zakhe zasindiswa ezimbizeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite