Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 113:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Malibongwe igama likaJehova kusukela manje kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Malibongwe igama likaJehova kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Malibongwe igama likaSimakade, kusukela manje, kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 113:2
8 Referans Kwoze  

UDaniyeli waphendula wathi: “Malibongwe igama likaNkulunkulu kuze kube phakade naphakade, ngokuba ukuhlakanipha namandla kungokwakhe.


Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. Ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade.


Makabongwe uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli, kusukela phakade kuze kube phakade. Amen, futhi Amen.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kuze kube phakade naphakade. Bonke abantu bathi: “Amen,” futhi bamdumisa uJehova.


Makube kuye udumo ebandleni ngoKristu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade. Amen.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kusukela phakade kuze kube phakade, bathi bonke abantu: Amen! Dumisani uJehova.


Kepha thina siyakumdumisa uJehova kusukela manje kuze kube phakade. Dumisani uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite