Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 110:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 INkosi ngakwesokunene sakho iyakwehlula amakhosi ngosuku lwentukuthelo yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 INkosi ingakwesokunene sakho; iyakuchoboza amakhosi ngosuku lwentukuthelo yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 INkosi ingakwesokunene sakho, iyakuchoboza amakhosi ngosuku lwentukuthelo yayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 110:5
23 Referans Kwoze  

Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Ngiyambeka uJehova phambi kwami njalo; ngoba ungakwesokunene sami, kangiyikuzanyazanyiswa.


Lapho uSomandla ehlakaza amakhosi kulo, kwaba mhlophe njengeqhwa eSalimoni.


Izizwe zathukuthela, kwasekufika ulaka lwakho, lesikhathi sabafileyo esokwahlulelwa, lokuthi unike umvuzo inceku zakho abaprofethi, labangcwele, lalabo abesaba ibizo lakho, abancinyane. Futhi mkhulu; futhi kufanele abhubhise labo ababhubhisa umhlaba.


Khona emva kokuba iNkosi isikhulumile kubo, yenyuselwa ezulwini, yahlala ngakwesokunene sikaNkulunkulu.


Ihubo likaDavide. UJehova wathi eNkosini yami: Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngibeke izitha zakho zibe yisenabelo sezinyawo zakho.


Niyakujezisa uquqaba lwabakhandi, ubuningi bezinkunzi, namathole abantu, kuze kube yilowo nalowo azithobe enezinhlamvu zesiliva; zihlakaze abantu abathanda ukulwa.


Lokhu makube ngumvuzo wezitha zami zikaJehova nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


Udabule izwe ngokuthukuthela, ubhula izizwe ngolaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite