Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Abamelene nami mabembeswe amahloni, bazimboze ngesiyaluyalu sabo njengesembatho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Abamelene nami mabembeswe amahloni, bagqoke ukujabha njengesambatho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Abamelene nami mabembeswe amahloni, bagqoke ukujabha njengesembatho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:29
9 Referans Kwoze  

Izitha zakhe ngiyakuzimboza ngehlazo, kepha kuye umqhele wakhe uyakugobhoza.


Mabame benamahloni, bajabhe kanyekanye abathokoza ngeshwa lami; mabembeswe ihlazo nehlazo abangikhulisa ngalo.


Abakuzondayo bayokwembathiswa ihlazo; futhi indawo yokuhlala yababi iyochithwa.


Kepha uJehova unami njengeqhawe elinamandla; ngalokho abangizingelayo bayakukhubeka, bangahluli; ngokuba abayikuphumelela, ihlazo labo eliphakade aliyikukhohlakala.


Khona isitha sami siyakubona, simbozwe amahloni esasithi kimi: ‘Uphi uJehova uNkulunkulu wakho? amehlo ami ayakumbheka; manje liyakunyathelwa phansi njengodaka lwezitaladi.


Abaningi kwabalele othulini lomhlaba bayakuvuka, abanye bavukele ukuphila okuphakade, abanye ehlazweni nasekudelweni okuphakade.


Ikhanda labangihaqileyo makubemboze ububi bezindebe zabo.


Zonke izitha zami mazijabhe, zithukuthele kakhulu; mabebuya bema ngokuphazima kweso benamahloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite