Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Inzalo yakhe mayinqunywe; igama layo malesulwe esizukulwaneni esilandelayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Abozalo lwakhe mababhujiswe, lesulwe igama labo esizukulwaneni esisazolandela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:13
17 Referans Kwoze  

Ukukhunjulwa kolungileyo kubusisiwe, kodwa ibizo lababi lizabola.


Ngoba uJehova uthanda ubulungisa futhi akabashiyi abathandwayo bakhe; bayalondolozwa kuze kube phakade, kepha inzalo yababi iyachithwa.


Akayikuba nandodana noma mzukulu phakathi kwabantu bakubo, nensali ezindaweni zakhe zokuhlala.


Usho kanje uJehova, uthi: “Loba ukuthi lo muntu akanamntwana, umuntu ongayikuphumelela emihleni yakhe;


Uzasiqeda izithelo zabo emhlabeni, lenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.


Ngokuba ngimtshelile ukuthi ngiyakwahlulela indlu yakhe kuze kube phakade ngenxa yobubi abaziyo; ngoba amadodana akhe ayebaklolodela, kodwa kabavimbanga.


UJehova akayikumhawukela, kepha lapho intukuthelo kaJehova nokushisekela kwakhe kuyakushunqa kulowo muntu, zibe phezu kwakhe zonke iziqalekiso ezilotshwe kule ncwadi, uJehova alibize igama lakhe phansi kwezulu, azesule.


Ngakho-ke, lapho uJehova uNkulunkulu wakho ekuphumuza kuzo zonke izitha zakho nxazonke, ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, uyakwesula ukukhunjulwa kuka-Amaleki phansi kwezulu.


Mangime, ngibabhubhise, ngesule igama labo phansi kwezulu; ngiyakukwenza ube yisizwe esinamandla nesikhulu kunabo.


Kungani igama likababa kumelwe liqedwe phakathi komndeni wakhe, ngoba engenandodana? Bese usinika ifa phakathi kwabafowabo bakababa.


Lapho eqala ukubusa, lapho nje ehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi, wabulala yonke indlu kaBhesha; akashiyanga muntu ochamela udonga, izihlobo zakhe noma abangane bakhe.


Amadodana ayishumi kaHamani indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda, ababulala; kepha abazibekanga izandla zabo empangweni.


Inkumbulo yakhe iyoshabalala emhlabeni, futhi ngeke abe negama ezitaladini.


Ngokuba baceba okubi ngawe, baceba icebo elibi abangenakulenza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite