Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 108:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba umusa wakho mkhulu ngaphezu kwamazulu, neqiniso lakho lifinyelela emafwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwezulu, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwamazulu, ukwethembeka kwakho kufinyelela emafini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 108:4
10 Referans Kwoze  

Umusa wakho, Jehova, usezulwini; nokuthembeka kwakho kufinyelela emafwini.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.


Ngokuba ngathi: Umusa uyakwakhiwa kuze kube phakade; Ukuthembeka kwakho kuyakukuqinisa ezulwini.


Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba, kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu, nemicabango yami kunemicabango yenu.


UJehova uphakeme phezu kwezizwe zonke, nenkazimulo yakhe iphezu kwamazulu.


Amazulu azadumisa izimangaliso zakho, Jehova, lawe ugane ebandleni labangcwele.


Umusa neqiniso kuhlangene; ubulungisa nokuthula kwangana.


Ngalokho ngiyakukubonga, Jehova, phakathi kwezizwe, ngihubele igama lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite